Mamazala (feat. Mashudu)

Happy, happy, happy, happy mamazala
Aw ngiz'lethile inkomo zakhe
Ngimthathile umntwana wakhe
Uzosiwashela, asidekela
Ngimthandil' thandi thandile
Ngimthandil' umntwana wakhe
That's why uhappy, happy, happy mamazala
Happy mamazala

(Umtholaphi, mntwana omuhle so?)
Laph' enext door kwase khaya
Lapha ngambona khona
Laph'ekuhlal' umamazala
(Umtholaphi, mntwana omuhle so?)
Laph' enext door kwase khaya
Lapha ngambona khona
Laph'ekuhlal' umamazala

Wakhetha mina wena
Uthando lwakhe lungifice
Uthando lwakhe lungifihle
Uzimisele ngami
Ufun' ukuba nami kuze kube
Wakhetha mina wena
Uthando lwakhe lungifice
Uthando lwakhe lungifihle
Uzimisele ngami
Ufun' ukuba nami kuze kube

Zafik' inkomo zafik' inkomo
Laphum' ilanga laphum' ilanga
Jabula mama wami
Jabula mama wami
Zafik' inkomo zafik' inkomo
Laphum' ilanga laphum' ilanga
Jabula mama wami
Jabula mama wami

(Umtholaphi, mntwana omuhle so?)
Laph' enext door kwase khaya
Lapha ngambona khona
Laph'ekuhlal' umamazala
(Umtholaphi, mntwana omuhle so?)
Laph' enext door kwase khaya
Lapha ngambona khona
Laph'ekuhlal' umamazala

(Jabula mama wami)
(Jabula mama wami)



Credits
Writer(s): Phelela Gcwelumusa Ziphakeme Mathonsi, Samuel Seloane, Mashudu Mosoeu
Lyrics powered by www.musixmatch.com

Link