Awung'Fanele

Awung'fanele
Awung'lungele

Sengaze udlale ngami
Phambi kwezitha zami
Yek' ukuk'thanda kwami

Sengaze udlale ngami
Phambi kwezitha zami
Yek' ukuk'thanda kwami

Uyangehlula wena
Uyangehlula-hlula wena
Uyangehlula wena
Uyangehlula-hlula wena (haa)
Uya yiphula inhliziyo
Uya yiphula inhliziyo

Ngaze ngayisiwula
Bengithi ngiyakwazi
Bengithi ngiyakwazi
Kanti wen' udlala ngami
Ah udlala ngami
Udlala ngami
Dlala ngami

Wen' udlala ngami
Wen' udlala ngami
Wen' udlala ngami

Udlala nabo Mbali
Udlala nabo S'bahle
Udlala nabo Mbali
Wen' udlala ngami, udlala ngami

Udlala nabo Mbali
Udlala nabo S'bahle
Wen' udlala ngami, udlala ngami

Wen' udlala ngami
Udlala nabo Mbali
Udlale nabo S'bahle
Wen' udlala ngami



Credits
Writer(s): Nomfundo Moh, Khani Nkuna, Bc Dlamini, Sbonosakhe Qiniso Mhlongo
Lyrics powered by www.musixmatch.com

Link