Ngizomlobola (feat. Mlindo The Vocalist & Tallarsetee)

Ngabe ngiyak' lobola sthandwa sam uhlal' ekhaya
Inkinga nje ngishaya nga macent lovie wam
Ngabe ngiyak' lobola uhlal' ekhaya sthandwa sam
Ube umama we bantwan' bam
Ube isthandwa se nhiziyo yam
Ube yonkito efuna yinhliziyo yam

Ngizomthatha, ngizomthanda
Ngizomlobola ngimyenz' umfazi wami
Ngizomthatha, ngizomthanda
Ngizomlobola ngimyenz'umfazi wami
Ngizomthatha, ngizomthanda
Ngizomlobola ngimyenz'umfazi wami
Ngizomthatha, ngizomthanda
Ngizomlobola ngimyenz'umfazi wami

Imideni ihlangene ivumile ukuthi mina naye sibe amathe nolimi bo
Imideni ihlangene bo ivumile ukuthi mina naye sibe amathe nolimi bo
Ngizomthanda kuze kushon' ilanga
Ngizomthanda kuze kuphel' amanzi welwandle bo
Aw hee
Ngizomthanda kuze kushon' ilanga
Ngizomthanda kuze kuphel' amanzi welwandle

Ngizomthatha, ngizomthanda
Ngizomlobola ngimyenz' umfazi wami
Ngizomthatha, ngizomthanda
Ngizomlobola ngimyenz' umfazi wami

Imideni ihlangene ivumile ukuthi mina naye sibe amathe nolimi bo
Imideni ihlangene bo ivumile ukuthi mina naye sibe amathe nolimi bo

Uwedwa uwedwa uwedwa mama
Uwedwa uwedwa wedwa mama

Ngizomthatha, ngizomthanda
Ngizomlobola ngimyenz' umfazi wami
Ngizomthatha, ngizomthanda
Ngizomlobola ngimyenz' umfazi wami
Ngizomthatha, ngizomthanda
Ngizomlobola ngimyenz' umfazi wami
Ngizomthatha, ngizomthanda
Ngizomlobola ngimyenz' umfazi wami

Imideni ihlangene ivumile ukuthi mina naye sibe amathe nolimi bo
Imideni ihlangene bo ivumile ukuthi mina naye sibe amathe nolimi bo

Ngizomthanda kuze kushon' ilanga
Ngizomthanda kuze kuphel' amanzi welwandle
Anin' yekeni bo
Ngizomthanda kuze kushon' ilanga
Ngizomthanda kuze kuphel' amanzi welwandle bo
Aw hee
Ngizomlobola



Credits
Writer(s): Howard Thabang Gomba, Thabo Martin Ngubane, Lindokuhle Mgedezi, Tshepo Phootana
Lyrics powered by www.musixmatch.com

Link