Baba (feat. ZEENHLE, Nkatha & Phiwe)

Nikhom' Lowsheen

Wemdali, ngibuhlungu namhlanje
Ngikhulekis' ubaba wam'
Ubaba, ubaba
Beng'fisa ngabe ung'bamb' isandla
Ubekhona, uyazi indlela inzima
Bekumele ubekhona njengobaba
Kodwa awukho, hey awukho
Hey awukho, hey awukho wena njengobaba
Ngib'hlungu, ngib'hlungu
Wemdali buyis' ubaba

Ubaba, baba uyangizonda
Usokolisa umama wami
Yena be'the usashaywa umoya
Aykhiphe kancane, zivele indumane
Ubaba, baba uyangizonda
Usokolisa umama wami
Yena be'the usashaywa umoya
Aykhiphe kancane, zivele indumane

Mama uyinhlekisa kumakhelwane
Mama uyinhlekisa kumakhelwane
Mama uyinhlekisa kumakhelwane
Umama uyinhlekisa kumakhelwane

Zigcwele izindawo, ay ngimbonile ubaba
Ngithi zigcwele izindawo, ay ngimbonile ubaba

Akasabuyi ekhaya, ekhaya, ekhaya
Akasabuyi ekhaya, ekhaya, ekhaya
Bengifisa ngabe, wakewasenz' iskhathi
Sokungifuna njengengane yakho
Bengifisa ngabe, wakewasenz' iskhathi
Sokungiyaz' njengengane yakho

Kodwa wena uhlulekile
Wena baba uhlulekile
Wena uhlulekile, wena uhlulekile



Credits
Lyrics powered by www.musixmatch.com

Link