Shona Malanga (feat. Amahle)

Kudala ngiqhoma ngawe ngithi owami dali
Bengithanda indlela ongiphethe ngayo baba
Wangifak' indandatho izitha zami zasala zijabha
Wangifak' indandatho bengilethwa uthando lapha

Sengiyobatshela ukuthi ekhaya sengiqomile
Umama nobaba bazobona sengithathiwe
I'nyembezi zami dali usuy'sulile
Ngcela ubuye, ngcela ubuye dali wami

Shona malanga
Azoshona yewena umuntu wami
Shona malanga
Azoshona buya, buya
Shona malanga
Azoshona yewena umuntu wami
Shona malanga
Azoshona buya, buya

Sengiyobatshela ukuthi ekhaya sengiqomile
Umama nobaba bazobona sengithathiwe
I'nyembezi zami dali usuy'sulile
Ngcela ubuye, ngcela ubuye dali wami

Shona malanga
Azoshona yewena umuntu wami
Shona malanga
Azoshona buya, buya
Shona malanga
Azoshona yewena umuntu wami
Shona malanga
Azoshona buya, buya

Shona malanga shona
Shona malanga shona
Shona malanga shona
Shona malanga shona
Shona malanga shona
Shona malanga shona



Credits
Writer(s): Chuene Reshoketjwe Marakala, Chuene Reshoketjwe Marakalala, Fundile Dlamini, Kudzayi Daniel Mhlanga, Makhosazana Masango, Sakhile Manqele, Thato Modika, Tshupo Benjamin Khutsoane
Lyrics powered by www.musixmatch.com

Link