Akudingwa Nasibani (feat. Sindi Ntombela) [Live]

Akudingwa nasibani
Oh uJes'ulilanga
Phela akudingwa nasibani
Ngoba lowoJes'ulilanga

(Akudingwa nasibani) akudingwa nasibani
(UJesu uyakhanyisa) oh uJes'ulilanga
(Akudingwa nasibani) akudingwa nasibani
(Ulilanga loyoJesu) oh uJe'ulilanga

(Akudingwa nasibani) akudingwa nasibani
(Ulilanga loyoJesu) oh uJe'ulilanga

(Bonk'abakholwa Kuye) bonke abakholwa Kuye
(Bayokhanyisa okwelanga mama) bokhanyis'okwelanga
(Bonk'abakholwa Kuye) bonke abakholwa Kuye
(Bayokhanyisa okwelanga) bokhanyis'okwelanga

(Bonk'abakholwa Kuye ebusuku) bonke abakholwa Kuye
(Lapho bazokhanyisa okwelanga) bokhanyis'okwelanga

(Angisoze ngahlukana) angisoze ngahlukana
Nongithanda kangaka
(Njalo) njalo sothandana Naye
Khona lana khona le

(Angisoze ngahlukana) angisoze ngahlukana
Nongithanda kangaka
(Njalo, njalo) njalo sothandana Naye
Khona lana khona le

(Njalo, njalo sothandana Naye) njalo sothandana Naye
Khona lana khona le

(Angisuki, njalo sothandana Naye) njalo sothandana Naye
Khona lana khona le

(Angisoze ngahlukana) angisoze ngahlukana
Nongithanda kangaka
(Njalo, njalo njalo) njalo sothandana Naye
(Njalo, njalo njalo) Khona lana khona le

(Njalo, siyothandana njalo) njalo sothandana Naye
Khona lana khona le

(Njalo, siyothandana Naye) njalo sothandana Naye
(Uligugu kumina) Khona lana khona le



Credits
Writer(s): Sindi Ntombela
Lyrics powered by www.musixmatch.com

Link