Bengingazi (feat. Xolly Mncwango & Mabongi)

Bengingaz' ukuthi ung'thanda kangaka
Oh-oh-oh-oh waze wanikela ngempilo yakho
Inani legazi owang'thenga ngalo, liphakeme
Ang'soze ngak'bonga ngokwanele

Bengingaz' ukuthi ung'thanda kangaka
Oh-oh-oh-oh waze wanikela ngempilo yakho
Inani legazi owang'thenga ngalo, liphakeme
Ang'soze ngak'bonga ngokwanele

Ngiyabonga ngothando lwakho
Ong'nike lona, Msindisi wami
Ngab' angikho, ngab' angilutho, ngaphandle kwakho
Impilo yam', ngaphandle ko
Ngab' angikho, ngab' angilutho, ngaphandle kwakho

Oh-oh-oh-oh-oh-oh-oh
Wang'thwalela wedw' umqhele wameva
Oh-oh-oh-oh oh hawu lobo buhlungu owabuzwa
Ang'soze ngaz' ukuthi wabonani, kimina
Kodw' engikwaziyo ukuthi ung'sindisile

Wang' thwalela wedw' umqhele (Wang' thwalela wedw' umqhele wameva)
(Oh-oh-oh-oh oh hawu lobo buhlungu owabuzwa)
Ang'soze ngazi (Ang'soze ngaz' ukuthi wabonani, kimina)
(Kodw' engikwaziyo ukuthi ung'sindisile)

Ngiyabonga (Ngiyabonga ngothando lwakho)
(Ong'nike lona, Msindisi wami)
Ngab' angikho (Ngab' angikho, ngab' angilutho, ngaphandle kwakho)
Impilo yami (Impilo yam', ayilutho)
Ngaphandle ko (musa wakho)
(Ngab' angikho, ngab' angilutho ngaphandle kwakho)
Ngiyabonga (Ngiyabonga ngothando lwakho) (Ong'nike lona)
(Msindisi wami)
Ngab' angikho (Ngab' angilutho, ngaphandle kwakho)
Impilo yam' (ayilutho)
Ngaphandle ko (musa wakho)
(Ngab' angikho, ngab' angilutho ngaphandle kwakho)

Oh-oh-oh-oh
Oh-oh-oh-oh, oh-oh-oh-oh-oh-oh
Ngab' angikho, ngab' angilutho ngaphandle kwakho
(Oh-oh-oh-oh, oh-oh-oh-oh, oh-oh-oh-oh-oh-oh)
(Ngab' angikho, ngab' angilutho ngaphandle kwakho)
(Oh-oh-oh-oh, oh-oh-oh-oh, oh-oh-oh-oh-oh-oh)
(Ngab' angikho, ngab' angilutho ngaphandle kwakho)

Oh Oh Oh (Oho oh) Oh! Oh! (Oho oh)
Oh Oh Oh (Oho oh) Oh
(Ngab' angikho, ngab' angilutho ngaphandle kwakho)
Oh Oh Oh (Oho oh) Oh! Oh! (Oho oh)
Oh Oh Oh (Oho oh) Oh
(Ngab' angikho, ngab' angilutho ngaphandle kwakho)

Wang'thwalela wedw' umqhele wameva
Oh-oh-oh-oh oh hawu lobo buhlungu owabuzwa
Ang'soze ngaz' ukuthi wabonani, kimina
Kodw' engikwaziyo ukuthi ung'sindisile
Kodw' engikwaziyo (Kodw' engikwaziyo ukuthi ung'sindisile)
Wafel'icala lam (Kodw' engikwaziyo ukuthi ung'sindisile)
Wadel'ukuphila kwakho (Kodw' engikwaziyo ukuthi ung'sindisile)



Credits
Writer(s): Mnqobi Andrew Nxumalo
Lyrics powered by www.musixmatch.com

Link