Freestyle series (The beginning (interlude 1)

Ok njengamanje isikhathi yiwo u 12 Ocklock
Siyabonga lapho balaleli ekhaya
Namhlanje njengoba nazi siphethe uShon G
Siqeda ukudlala lapha ingoma yakhe lapha ekthiwa Ekhaya
Eh Shon siyabonga ukuthi ube nathi namhlanje
Sicela usichazele yaqala kanjan yonke lento leh Bhuti wam
Kwaqala kanjan ukuthi ufike lah ukhona njengamanje
Who is Shon G?

South Coast NPS lang'phuma khona
Gamalakhe Dark city la ngaduma khona
Ng'drophil'umagawula la bang'vuma khona
But let me take you back into la yasuka khona
Ngang'na fifteen ng'qaluk'thandi hip-hop
Fugees Buster Rhymes beng'badlala non stop
Ng'bhala nama lyrics abo ngengis'esiyflop
Nami ng'funuk'yenza lent'and make it to the top
Just before year two thousand
Safom'i DC crew
It was me,Masta T no Dj Pooh
Sqaluk'phefoma ku miss wase high school
And elokshin saphenduka lamajita cool
Abangagcwali bebes'biza ngama nigga
phel'ekas bek'dumil'ispantsula kanye nebhola
Beses'ngalali nathi sbhala zonk'iy'ntsuku
ne skill sakhula saqaluk' believer yang'thola?
First mix tape DC Crew bahle bagezile
Laphakam i lokishi iNamba namb'isiphumile
Bazos'vimba kanjani dlozi masel'vumile?
South coast namaphethelo besesdumile
Shout out to Lucky Sefatsa wasfakemsakazwen
Laphakama kakhul'ikasi sazwiwemazwen
Kwi crew bese siy four sphethu Daddy Dice
Nomi pressure bisiqala life was still nice
Nominyuk'ibingekh'abazali bengajabule
K,'mele k'nyukamasokisi ngebahlezi Bethule
Sases'khiphi it's too dark in da city
The second mix tape sabamaqhawe ngakithi
But uk'hamba kweskhath'impilo yaqaluk'shuba
Angan'imal aykakabikh,umzal'useyaduba
Indoda kwak'mele yenzenjan?
Kwamele ng'tholispan nakanjan
Kwasho konukuth'ingqond'ayikho lapho ngoba mang'tholispan ngahluleka ngayeka
Moja pooh besese Durban at that time
Ngathath'imthwalo yam ngalandelinjayam

Ey ndoda lapho bese kushubile
iOledi ngapha incosi ngapha kfunakala inyuku
Yabo ngyazama ukuspana ngyahluleka
Ngabona ukuthi no nayi into engibizayo
Kungcono ngithathe imithwalo yami
Ngiyikhombe eDurban ngbone kwenzakalani ngakhona



Credits
Writer(s): Alfred Gumbi
Lyrics powered by www.musixmatch.com

Link