Amavaka

Qhubeka njalo uye phambili, ungabheki emuva

Ngay'buka es'bukweni ngay'zonda
Ngathi "uwena omosh' impilo yami" ngaz'khomba
Oh mina ngay'buka es'bukweni ngay'zonda
Ngathi "uwena omosh' impilo yami" ngaz'khomba

Ngizahlulela
Ngidlisa inqondo yam u-poison
Ngiy'tshela ukuthi ngiyahluleka
Kanti I'm on the right track
Ngizehlulela
Ngidlisa inqondo yam u-poison
Ngiy'tshela ukuthi ngiyahluleka
Kanti I'm on the right track

Ukuxolela ak'yona induku ephathwa amavaka
Ak'yona induku ephatha amavaka
Ak'yona induku ephathwa amagwala

Uthando ak'yona induku ephathwa amavaka
Ak'yona induku ephathwa amavaka
Ak'yona induku ephathwa amagwala

Usathane angeke usathane uthandaza
Angeke usathane uthandaza
Angeke usathane uthandaza

Ngay'buka es'bukweni ngay'zonda
Ngathi uwena omosh' impilo yami ngaz'khomba
Oh mina ngay'buka es'bukweni ngay'zonda
Ngathi uwena omosh' impilo yami ngaz'khomba

Ngizahlulela
Ngidlisa inqondo yam u-poison
Ngiy'tshela ukuthi ngiyahluleka
Kanti I'm on the right track
Ngizahlulela
Ngidlisa inqondo yam u-poison
Ngiy'tshela ukuthi ngiyahluleka
Kanti I'm on the right track



Credits
Writer(s): Karum Cooper, Jabulani Makhubo, Joe Mawson
Lyrics powered by www.musixmatch.com

Link