Phunga (feat. Trinity Tunez)

Trinity you are God

Yeah

Nginephung' el'thize
Ngathi ng'nuk' imali
Wonk' umuntu ung'cel' i-piece
Dala ng'thandazel' umnotho, njabulo ne-peace
Banye bathi ngi-loaded bathi ng'pheth' i-pis
Tolika phela is'Zulu k'banye ngath' i'Greek
Bathi siyay'qhenya ngek' ng'qamb' amanga
Ngeke ng'phike
Ng'sebenzile ng'phuma phansi manje ng'bhek' i-peak
Baz'tshel' ukuthi bayang'bona boy it's just a peek
Casha casha casha 'cashelen'
Bang'buz' ucashe lan'
Ik'sasa lami beling'xhopha
Belikhanya kany'
Nezifiso zam'
Bezing'sinda ntwana
Manje ng'sindiswa yizona
Ngoba zisezandleni zam'
Konke ngokwam'
Ngeke ngizame ngizokwenza
Ng'yakwazi
Suka la kwami
Umuza ne-kwaal
Ang'fun' amagwala
Ng'funa igwili gwili
Ball like uNgidi
Dlala umas'genda
Ng'fun' irock, iringi
Ng'fun' umendo kithi
Kugeza ngobisi
Ng'fun' olwam' ubambo
Sibe munye sobabili
Ng'thande nje ngediski
Kora kahle wena
Kuzophuma ngish' ikhisti
I can upgrade you
Raise you nje nge-yeast
Sengathi ngingasho ngesingisi
Ng'yaz' ugcwala ngam'
Mfana wam' you can never resist me
No
Tell these brothers to wise up
I'm affirmative as a tick
Cross me ng'zok'laya
Got no time for liars, pariahs, ney'dididi
Ningang'khoth' um'Did it for my own
Hhay' izitha

Yeyi
Lalela

Me I got no time for liars, pariahs, ney'dididi
Ningang'khoth' um'Did it for my own
Hhay' izitha
Grrrrrr



Credits
Writer(s): Keletso Tsima
Lyrics powered by www.musixmatch.com

Link