Isivikelo (feat. Mbuso Khoza)

Wath' uzosivikela olakeni lwezitha
Noma kunzima sophokophela phambili
Wath' uzosivikela olakeni lwezitha
Noma kunzima sophokophela phambili

Indlala ayinqobanga lapha kimi
Inzondo ayinqobanga lapha kimi
Ukuba wawungekho
Ngabe saqedw' endleleni
Ngoba basfun' othulini
Bafun' ukusiqedq ngomoya
Ukuba wawungekho
Ngabe saqedw' endleleni
Ngoba basfun' othulini
Bafun' ukusiqedq ngomoya

Wath' uzosivikela olakeni lwezitha
Noma kunzima sophokophela phambili
Wath' uzosivikela olakeni lwezitha
Noma kunzima sophokophela phambili

Abanye bathi lenzondo
Bakhathele Baba
Bayalala nabo njengathi
Ngoba bonke ababeka kusoMandla
(Yena was'vikela)
Sibonga wena Mdali wakho konke konke
Konke

Ukuba wawungekho
Ngabe saqedw' endleleni
Ngoba basfun' othulini
Bafun' ukusiqedq ngomoya
Ukuba wawungekho
Ngabe saqedw' endleleni
Ngoba basfun' othulini
Bafun' ukusiqedq ngomoya

Wath' uzosivikela olakeni lwezitha
Noma kunzima sophokophela phambili
Wath' uzosivikela olakeni lwezitha
Noma kunzima sophokophela phambili

Eh Ndulo lama ndulo
Kwesekelwa lo mhlaba
Wawushilo ukuthi asikho
Isikhali esibekelwe Mina
Esiyophumelela
Endulo awuthembisanga



Credits
Writer(s): Mondli Ngcobo, Kelly Khumalo, Mbuso Khoza
Lyrics powered by www.musixmatch.com

Link