Asikho Isikhali (Live) [feat. Dumi Mkokstad]

Siphila lapho kungaphili muntu khona
Sidlula lapho kungadluli muntu khona

Siphila lapho kungaphili muntu khona
Sidlula lapho kungadluli muntu khona

Asikho isikhali esenzelwe mina nawe
Esiyophumelela uJehov' engakithi

Siqala edolweni
Uma siya empini
Ngoba amandla ethu
Asemkhulekweni

Siqala edolweni
Uma siya empini
Ngoba amandla ethu
Asemkhulekweni

Laph' usathane ehlasela
Sibika eNkosini
Ngob' iNkos' isibiyele
Ngemuva nangaphambili

Laph'usathane ehlasela
Sibika eNkosini
Ngob' iNkos' isibiyele
Ngemuva nangaphambili

Siphila lapho kungaphili muntu khona
Sidlula lapho kungadluli muntu khona

Asikho isikhali esenzelwe mina nawe
Esiyophumelela uJehov' engakithi

Siphila lapho kungaphili muntu khona
Sidlula lapho kungadluli muntu khona

Asikho isikhali esenzelwe mina nawe
Esiyophumelela uJehov' engakithi

Noma sesifakw' emliwen' ophindaphindiwe - siyaphila
Nasemgodini, emgodini wengonyama - siyaphila
Oh ngoba iNkosi - ngob' iNkos' isibiyele
Ngemuva nangaphambili - ngemuva nangaphambili

Bamangal' abantu bes' bona siphuma engozini zemoto - siyaphila
Bamangal' abantu bebona siphuma emlilweni - siyaphila
Oh iNosi - ngob' iNkos' isibiyele
Ngemuva nangaphambili - ngemuva nangaphambili

Siphila lapho kungaphili muntu khona
Sidlula lapho kungadluli muntu khona

Siphila lapho kungaphili muntu khona
Sidlula lapho kungadluli muntu khona

Siphila lapho kungaphili muntu khona
Sidlula lapho kungadluli muntu khona

Asikho isikhali esenzelwe mina nawe
Esiyophumelela uJehov' engakithi

Siphila lapho kungaphili muntu khona
Sidlula lapho kungadluli

"I'm sure bakhona abake baphuma engozini zemoto
Uthi mowubuka ubheke emuva umangale ukuthi kwenzeka kanjani"

Siphila lapho kungaphili muntu khona
Sidlula nalapho kungadluli

UDaniel uke wangen' emgodini ogcwel' ingonyama
Kwa'ngamela aphume
Kodwa ngoba ubizwa ngegama lakhe

Siphila lapho ekungaphili muntu

Abanye bethu they've lost their jobs
Bangazi ukuthi kuzokuthiwani, kodwa

Sidlula lapho kungadluli muntu khona

Siny' isizathu bazalwane

Asikho isikhali esenzelwe mina nawe
Esiyophumelela uJehova

We suvived covid, ngoba

Siphila lapho yey kungaphili, kungaphili muntu khona
Yey sidlula awu lapho kungadlulwa khona

Asikho isikhali esenzelwe mina nawe
Esiyophumelela uJehov' engakithi

Siphila lapho kungaphili muntu khona
Sidlula lapho kungadluli muntu khona

(Inkinga mkhulu ongakithi, kunosezeni)

Asikho isikhali esenzelwe mina nawe
Esiyophumelela uJehov' engakithi



Credits
Writer(s): Mdumiseni Nzimande
Lyrics powered by www.musixmatch.com

Link