Nomakanjani (Come What May Mix)

Nomakanjani we dali wam'
Ngeke ngikushiye
Siyofa silahlane
Nomakanjani we dali wam'
Ngeke ngikushiye
Siyofa silahlane
Noma bekuthuka
Bathi awugezi
Unuk'umlomo
Ngikuthanda unjalo
Nomakanjani

Noma bengithuka
Bethi nginuk'umlomo
Ehh dali wami ungithanda unjalo
Unjalo Unjalo Ehh Unjalo
Ungithanda unjalo
Nomakanjani nomakanjani
Nomakanjani
Sondela sthandwa sami
Sondela sweety lami
Ohh ngisho ngayo ikhanda yami ey'khulu yo
Nomakanjani nomakanjani
Nomakanjani

Noma bekuthuka
Bethi umubi
Unekhand'elikhulu
Ngikuthanda unjalo
Noma bekuthuka
Bathi awugezi
Unuk'umlomo
Ngikuthanda unjalo
Nomakanjani



Credits
Writer(s): Chicco Twala, Peter Mokoena
Lyrics powered by www.musixmatch.com

Link