Uma Kungenxa (Choir Mix)

Mmmhhh umakungenxa baba (umakungenxa yobubi bam)
Noma kungenxa yobubi (noma kungenxa yezona zam)
Mthethelele (mkhulul' ahambe baba)
Ahambe baba (ubengena qala)

Noma kungenxa yokona kwami (umakungenxa yokona kwami)
Noma kungenxa yezona (noma kungenxa yenkohlakalo yami)
Mthethelele weJehova (mkhulul' ahambe baba)
Yebo baba
(Ubengakakoni)

Hayi, ayi
Hayi, ayi webaba

Uphikile umphefumulo
Ibuzwile ubuhlungu inhliziyo yami
Mawusumthata baba
Ngingaka mazi
Ngingaka mphathi
Ngingaka mniki, lonk' uthando
Ekumele ngimnike lona
Mmmh-Mmmh

Ayaphel' amathemba ami
Sincane impela isikhathi asicithe nami
Nkosi yami yamukela umoya wakhe
Aphumule

Umakungenxa yobubi bam (umakungenxa yobubi bam)
Umakungenxa yezono zam (noma kungenxa yezona zam)
Mthethelele baba (mkhulul' ahambe baba)
Mkhulule somandla
(Ubengena qala)

Awu, umakungenxa yezono zam (umakungenxa yokona kwami)
Umakungenxa yenkohlakalo (noma kungenxa yenkohlakalo yami)
Mkhulule baba (mkhulul' ahambe baba)
Yebo Jehova somandla
(Ubengakakoni)

Hayi, hayi umakungenxa baba (umakungenxa yobubi bam)
Umakungenxa somandla (noma kungenxa yezona zam)
Mkhulule ahambe baba (mkhulul' ahambe baba)
Yebo baba
(Ubengena qala)

Ayi umakungenxa yobubi (umakungenxa yokona kwami)
Umakungenxa yezona (noma kungenxa yenkohlakalo yami)
Mthethelele baba (mkhulul' ahambe baba)
Yebo Jehova, somandla
(Ubengakakoni)

Ayaphel' amathemba wami (ayaphela)
Sincane impela isikhathi asicithe nami (asicithe nami)
Nkosi yami yamukela (nkosi yami)
Umoya wakhe aphumule (umoya wakhe)
Umphefumulo wakhe baba (mphefumulo wakhe)
Uphephe kuwe

Umakungenxa baba
(Umakungenxa yobubi bam)
(Noma kungenxa yezona zam)
(Mkhulul' ahambe baba)
(Ubengena qala)

Hayi umakungenxa yobubi
(Umakungenxa yokona kwami)
(Noma kungenxa yenkohlakalo yami)
(Mkhulul' ahambe baba)
(Ubengakakoni)

Hayi ngiyakhalaza kuwe baba
(Umakungenxa yobubi bam)
(Noma kungenxa yezona zam)
(Mkhulul' ahambe baba)
(Ubengena qala)

Heyi yebo baba wami
(Umakungenxa yokona kwami)
(Noma kungenxa yenkohlakalo yami)
(Mkhulul' ahambe baba)
(Ubengakakoni)

Hayi ay, hayi ay, hayi
(Umakungenxa yobubi bam)
(Noma kungenxa yezona zam)
(Mkhulul' ahambe baba)
(Ubengena qala)

Umakungenxa yezona zam
(Umakungenxa yokona kwami)
(Noma kungenxa yenkohlakalo yami)
(Mkhulul' ahambe baba)
(Ubengakakoni)

Noma kungenxa baba
(Umakungenxa yobubi bam)
(Noma kungenxa yezona zam)
(Mkhulul' ahambe baba)
(Ubengena qala)

Umakungenxa yobubi bam
(Umakungenxa yokona kwami)
(Noma kungenxa yenkohlakalo yami)
(Mkhulul' ahambe baba)
(Ubengakakoni)



Credits
Writer(s): Sipho Mbele, Deborah Marcia Fraser
Lyrics powered by www.musixmatch.com

Link