Mas'thokoze

Masthokoze sthandwa sam
Mina nawe siqed'iminyaka
Masthokoze sthandwa sam
Mina nawe siqed'iminyaka

Sibhek' iminyaka
Mina nawe sisazwana
Oh awuzange wangiphoqa
Futhi azange wangofosa
Ulisoka lamsoka yebo
Ngithi mina ngiyakuthanda
Futhi nawe uyangithanda
Oh dalie wam lovey wam baby

Masthokoze (Masthokoze sthandwa sam)
Ngoba mina nawe (Mina nawe siqed'iminyaka)
Masthokoze (Masthokoze sthandwa sam)
Ngoba mina nawe (Mina nawe siqed'iminyaka)

Kwaba nini abantu kwabanini abantu
Besdlel' umona (Bathi uzongishiya)
(Sena uzongilahla)

Credits
Writer(s): Theo Kgosinkwe, Don Laka
Lyrics powered by www.musixmatch.com

Link