Isithombe Sami

Ngiyamazi umntanami futhi ngiyazi ukuthi kufanele ngimondle
Ngiyamazi umntanami angiliphik' icala kufanele ngimondle

Undaba zabantu
Ungenaphi na?
Umuhle yena
Ungena ngasiphi sizathu?
Undaba zabantu
Ungenaphi na?
Umuhle yena
Ungena ngasiphi sizathu?

Ngingamphika kanjani lomntwana?
Efana nami kanjena
Uyam'bona nawe
Uyisithombe sami
Ngingamphika kanjani lomntwana?
Efana nami kanjena
Uyam'bona nawe
Uyisithombe sami

Ngingamphika kanjani lomntwana?
Efana nami kanjena
Uyam'bona nawe
Uyisithombe sami

Ngiyamazi umntanami futhi ngiyazi ukuthi kufanele ngimondle
Ngiyamazi umntanami angiliphik' icala kufanele ngimondle

Undaba zabantu
Ungenaphi na?
Umuhle yena
Ungena ngasiphi sizathu
Undaba zabantu
Ungenaphi na?
Umuhle yena
Ungena ngasiphi sizathu?

Ngingamphika kanjani lomntwana?
Efana nami kanjena
Uyam'bona nawe
Uyisithombe sami
Ngingamphika kanjani lomntwana?
Efana nami kanjena
Uyam'bona nawe
Uyisithombe sami

Ngingamphika kanjani lomntwana
Efana nami kanjena
Uyam'bona nawe
Uyisithombe sami
Ngingamphika kanjani lomntwana?
Efana nami kanjena
Uyam'bona nawe
Uyisithombe sami

Ngingamphika kanjani lomntwana?
Efana nami kanjena
Uyam'bona nawe
Uyisithombe sami
Ngingamphika kanjani lomntwana?
Efana nami kanjena
Uyam'bona nawe
Uyisithombe sami



Credits
Writer(s): S Kekana, J Sihlangu
Lyrics powered by www.musixmatch.com

Link