Kulomhlaba

Kulo mhlaba esphila kuwo
Izinto zimane ukwenzeka
Amanye amadoda ayephumelela
Amanye amadoda awapheleli
Kulo mhlaba esphila kuwo
Yiman' ukwenzeka
Amanye amadoda ayephumelela
Amanye amadoda awapheleli

Thula
Thula baba (thula baba)
Amandl' endoda awapheli
Thula
Thula baba
Amandl' endoda awapheli

Ngiphakamisel' amehl' ami uhmmmm eeh entabeni
Usizo lwami weeh usizo lwami
Luvelaphi na?
Luvela kuwe

Eloyi
Eloyi
Nkulunkulu wami
Ungishiyeleni na
Sengqal ukubona engathi
Le mpilo engiphilayo
Akyona eyami
Hlampe khona enye ong'bekele yona engcono

Kulo mhlaba esphila kuwo
Izinto zimane ukwenzeka
Amanye amadoda ayephumelela
Amanye amadoda awapheleli
Kulo mhlaba esphila kuwo
Zimane ukwenzeka
Amanye amadoda ayephumelela
Amanye amadoda awapheleli

Thula
Thula baba
Amandl endod awapheli
Thula
Thula baba
Amandl endod awapheli

Senethembe usazobuya kimi
Senethembe usazobuya kimi
Usabusisa abanye
Ngeke angnike umthwalo ongaphez kwamandl ami

Senethembe ukuthi usazobuya kimi
Senethembe ukuthi usazobuya kimi
Usabusisa abanye
Ngeke angnike umthwalo ongaphez kwamandl ami

Eloyi
Eloyi
Eloyi

Manginga hamb' emhlabeni
Njengoba nganalutho nje
Ngiyshiyelani iyngane zami
Ziyodlani wo

Kulo mhlaba esphila kuwo, izinto zimane ukwenzeka
Amanye amadoda ayephumelela
Amanye amadoda awapheleli
Kulo mhlaba esphila kuwo
Zimane ukwenzeka
Amanye amadoda ayephumelela
Amanye amadoda awapheleli

Thula
Thula baba
Amandl endod awapheli



Credits
Writer(s): Mnqobi Bayanda Nxumalo, Jabulani Hadebe
Lyrics powered by www.musixmatch.com

Link