Awu Weh

Wololo Shemu yeah wololo

Ngihlala ngizwa ngendaba
Kuthiwa khona umjita engibanga Naye
Kodwa Sthandwa usungaze Ungibhangqe nentenjena
Awu Weh uweh uweh
Usungaze ungibhangqe nenjena
Awu Weh uweh uwe
Usungaze ungibhangqe
Nentenjena

Yaz noBohlale uBro wam
Angakutshela wololo
Ngihlale ngisho shemu shemu
Kunco ukuthi ungibhangqe
Nomjita engibonayo ukuthi Mhlawumbe khoninto Ekuchazileyo
Hhayi ukuthi uvele ungibhangqe Yey yey yey Nentenjena ahh awu Yey
Yaz akangiqwashisi wehwololo Shemu
UStar wami akangiqwashisi
Awu weh uweh uweh yey yeah
Enjalo nje hhe hhey unekhanda elikhulu
Awu weh uweh uweh angisho Ukuthi ngincono kakhulu kodwa Weeeh

Ngihlala ngizwa ngendaba
Kuthiwa khona umjita engibanga Naye
Kodwa Sthandwa usungaze Ungibhangqe nentenjena
Awu Weh uweh uweh
Usungaze ungibhangqe nenjena
Awu Weh uweh uweh
Usunhaze ungibhangqe Nentenjena

Kuncono uhambe indlela zakho
Nami ngihambe indlela zami
Uphile impilo yakho
Nami ngiphile impilo yami
Uqhubeke nalento yakho
Nami ngizozitholela owami
Jolani anginamona

Kuncono uhambe indlela zakho
Nami ngihambe indlela zami
Uphile impilo yakho
Nami ngiphile impilo yami
Uqhubeke nalento yakho
Nami ngizozitholela owami

Ah Jolani anginamona
Jolani anginamona
Noma ungahamba
Hamba ushone

Ngihlala ngizwa ngendaba
Kuthiwa khona umjita engibanga Naye
Kodwa Sthandwa usungaze Ungibhangqe nentenjena
Awu Weh uweh uweh
Usungaze ungibhangqe nenjena
Awu Weh uweh uweh
Usungaze ungibhangqe Nentenjena



Credits
Writer(s): Gift Nombela Siyanda
Lyrics powered by www.musixmatch.com

Link