Masekulunga

Yazi kuzothi Masekulunga
Kube ngathi zange kubhede
Yazi kuzothi Masekulunga
Kube ngathi zange kubhede
Yazi kuzothi Masekulunga
Kube ngathi zange kubhede

Mina ngicasulwa yilabanatu
Abakuthanda ngoba usunezinto
Kodwa mengabe ungenalutho
Bakubukele phansi
Mina nganginentombi engingiythanda
Yangishiya ngoba ngingenalutho
Yathi nguSinethwa naye
Mina nganginabangani
Manje asiswazwa ngoba ngingena lutho
Babengibukela phansi
Mina nginabantu bakithi ngisho abegazi lami abangibukela phansi
Ngoba bazi ukuthi ngeke ngbasize ngalutho
Ngoba anginalutho
Kodwa bakimi kuzolunga
Yaz ilanga lizokhanya

Yazi kuzothi Masekulunga
Kube ngathi zange kubhede
Yazi kuzothi Masekulunga
Kube ngathi zange kubhede
Yazi kuzothi Masekulunga
Kube ngathi zange kubhede

Emagameni amathathu
Elikamoya
Elikayise
Elendodana
Baba ngyakhuleka
Moy'ongcwele
Nanku umthandazo wamalambane
Umthandazo wamalambane
Umthandazo wamalambane
Baba uyibonile imizamo yami
Baba bengiza baba bengizama
Baba kade ngizama
Ngicela ubusise imizamo yami
Senginikela kuwe
Amaphupho ami makhulu Baba
Nam ngyasaba
Abantu bayangivimba
Babeka izikhonkwane
Baba ngthemba wena
Ngthemba wena baba

Yazi kuzothi Masekulunga
Kube ngathi zange kubhede
Yazi kuzothi Masekulunga
Kube ngathi zange kubhede
Yazi kuzothi Masekulunga
Kube ngathi zange kubhede



Credits
Writer(s): Siyanda Nombela
Lyrics powered by www.musixmatch.com

Link