Ushun Wenkabi

Yey wazini?
Wazini ngeNkabi Rap? Ushuni wenkabi
Lento yaqala kanzima
Kwak'ngekho lula ukuhlanganisa uBrentwood ne Rap
Mina ngangeke ngiyeke ushuni
Ngihambe phezu kwembewu
Lent' engiy'phethe u can't get, bheka ngibangena
Esigibeni ke kubambe mina abangiyeke

Ayi, mangiqala loshuni khohlwa akaze kwaba lula
Buningi ubunzima nobungqinamba esasibuthola masisay'susa
Abanye bes'bhuqa bethi asikhohlwe senze iphutha
Ngeke siy'reache lelevel ngoba istyle sisase poor
Ushuni wenkabi inkani, ngeke uwumele ungena nkani

Lona umdlalo wezimnyama ey'nxanxatha igxolo ney'nkabi
UMahlekwabulawe, indoda ayikhuzwa ungena nkabi
Mawungathinta ushuni wenkabi lingashona ungumfelokazi
Kwafik' inkabi bachoma, kwakhwif' unyazi yahloma
Siyayaz' eyakwethu, yam'bamba umfana uyaqonda
Yayibiz' ingoma babonga, yakhiph' u one bafola

Yey wazini?
Wazini ngeNkabi Rap? Ushuni wenkabi
Lento yaqala kanzima
Kwak'ngekho lula ukuhlanganisa uBrentwood ne Rap
Mina ngangeke
Ngiyeke ushuni ngihambe phezu kwembewu
Lent' engiy'phethe u can't get, bheka ngibangena
Esigibeni ke kubambe mina abangiyeke

Ay ama Bergville alindile ukuthi inkabi ngeke isiphoxe
Ngapha izitha ziyagomela, zithi khohlwa ngeke itope
Eyakwethu siyayazi, ushuni wenkabi ngeke isikhohlwe
Idl' uThukela, uKhahlamba, ayibhinci isidwaba ngeke iflobhe
Laph' engiphuma khona impi inokusuka ngengoma
Kuqhuma iqupha kuwa umfana, sizwana amandla singamadoda
Shwele ucheese boy angagoba
Ngisho umkhwekazi uyazotha

Ukube iy'ntaba ziyakhuluma, mningi umlando kuleza yindonga
Bonke ubunzima nenhlupheko yami buyophenduka umlando
Ushuni wenkabi uphokophele, inkabi ayizondi ubamb' ithambo
Kuyof' iy'nsizwa kusale iyibongo, esamaqhawe isihlalo
Kungen' inkabi bayakikiza

Yey wazini?
Wazini ngeNkabi Rap? Ushuni wenkabi
Lento yaqala kanzima
Kwak'ngekho lula ukuhlanganisa uBrentwood ne Rap
Mina ngangeke ngiyeke ushuni
Ngihambe phezu kwembewu
Lent' engiy'phethe u can't get, bheka ngibangena
Esigibeni ke kubambe mina abangiyeke

Yey wazini?
Wazini ngeNkabi Rap? Ushuni wenkabi
Lento yaqala kanzima
Kwak'ngekho lula ukuhlanganisa uBrentwood ne Rap
Mina ngangeke ngiyeke ushuni
Ngihambe phezu kwembewu
Lent' engiy'phethe you can't get, bheka ngibangena
Esigibeni ke kubambe mina abangiyeke



Credits
Writer(s): Nene Sidney Siyabonga, Andile Ngubeni,, Mandlenkosi Bhekani Cebekhulu,
Lyrics powered by www.musixmatch.com

Link