Home
Awushaye izule wemshayeli
Ngifuna ukugoduka
Ngikhumbule khayeni
Ngiyathemba angizuduka wenagogo
Ngifuna ukugoduka
Ngifuna ugoduka we mina
Akeningnikeni ithuba ke ngikhulume ngekhaya lam
Ekhaya kusekhaya, ekhaya yila ngiletha ukukhanya nam
Bekville ikhaya lam, yila isbane sakhanya nam
Bekville yanenzela inkanyezi, ngiyaziqhenya ngekhaya lam
Okay asiqale la mina ngiphuma entabeni zokhahlamba
Mina umfula engiwuphuzayo hokathukela mtakababa
Iinkomo zakithi ngazishiya zihlupha unxamalala ojamlu, nkalakatha
Sakhula ngengoma zikamabhungu siqhathwa, bengekho ocheese boy
Sikhulile singamadoda intombi ayidluli mfana, uqathwa nam umzimba uywela
Lapha engiphuma khona asikho iskhathi sama popey, umfnana wayephuma eyolusa
Singekho iskhathi sama tie
Ungangitsheli ngeymbumbayi zasemtonjeni ibhumbu lalibuya liqhonyiwe ngiyalobola heshe sbali
Awushaye izule wemshayeli
Ngifuna ukugoduka
Ngikhumbule khayeni
Ngiyathemba angizuduka wenagogo
Ngifuna ukugoduka
Ngifuna ugoduka we mina
Asbuyele enkanini lapho khona omafela empini ensizwa, mashiy'ngane
Lapho umama unokuthetha umshini, kuyokhala abakini
Kuqhume ismayemaye, ngathi humama othanda indaba ofela ukulunguza ekhethini
Celi ndlebe Bekville ikaya ley'ntsizwa, iqhude likhala kabili luyovuswa ngomshezi
Duma ngamabili ugesi wafika nabo skwiza bezongcengela umshado
Qoma ntombi ngafa ukwaliwa, lapha ngisikakhona kugcwele inkabi wayisusa uzothi unebhadi
Thula mfanam awungazi, sekungaphakama ijazi
Ungayintsizwa ngakini ngakithi uyophenduka umfazi
Indima siyilima ngeynkabi sasingayilimi ngeymbhongolo
Skhathele siphuma entabeni ugogo asphekele idhombolo, indlala sasingayazi
Awushaye izule wemshayeli
Ngifuna ukugoduka
Ngikhumbule khayeni
Ngiyathemba angizuduka wema
Ngifuna ukugoduka
Ngifuna ugoduka we mina
Ay bafana nazini ngamatshitshi, intombi eqomela emfuleni unokuyishela unyaka wonke ikubeke emathembeni
Ingekaboni inkomo isekude ukuya embhedeni
Umakhelwane ufike izolo uzomthola eblome emlanjeni
Ngiphuma kude wengani wemi nakwantaba zkhalamanzi kaliqhude
Ingekho inkomo yobuthongo iqopha intaba kubuye ubumnyama
Siytshalele ugwayi olhlaza intaba zokhahlamba
Mangikhuluma ngeBekville yaz ngifikelwa yinjabulo, uthando lwenu luyangikhuthaza
Awushaye izule wemshayeli
Ngifuna ukugoduka
Ngikhumbule khayeni
Ngiyathemba angizuduka wema
Ngifuna ukugoduka
Ngifuna ugoduka we mina
Ngisuk' eGoli mama (eGoli mama)
Pitori bayangazi
Ngizofika mak'shon' ilanga (mak'shoni ilanga) mak'shoni ilanga
Ngisuk' eGoli mama
Pitori bayangazi
Ngizofika mak'shon' ilanga (mak'shoni ilanga)

Credits
Writer(s): Charles Smalls
Lyrics powered by www.musixmatch.com
Link
© 2025 All rights reserved. Rockol.com S.r.l. Website image policy
Rockol
- Rockol only uses images and photos made available for promotional purposes (“for press use”) by record companies, artist managements and p.r. agencies.
- Said images are used to exert a right to report and a finality of the criticism, in a degraded mode compliant to copyright laws, and exclusively inclosed in our own informative content.
- Only non-exclusive images addressed to newspaper use and, in general, copyright-free are accepted.
- Live photos are published when licensed by photographers whose copyright is quoted.
- Rockol is available to pay the right holder a fair fee should a published image’s author be unknown at the time of publishing.
Feedback
Please immediately report the presence of images possibly not compliant with the above cases so as to quickly verify an improper use: where confirmed, we would immediately proceed to their removal.