Isala Kutshelwa
(Kodwa Mazwakhe yin'nkinga yakho, kunini ukhuzwa)
(Haaw kodwa emhlabeni, lomhlaba uhlaba thina, emhlabeni kunjani)
Isala kutshelwa sibonwa ngomopho mina ngimazi esasaemncane
Umfana onenhlonipho ethe ekukhuleni kwakhe eseakhe isfiso hukudla ibhola
Wayelibamba kudume inkundla ngoba waye nesphiwo
Nginitshela ngoMazwakhe umfana othanda ibhola, mazwakhe enehlonipho engena ndaba nezomjolo
Abazali bakhe hamakholwa, esontweni wayebuzwa khona kodwa namhla sekujikile abafundisi bambiza imbhodla
Inkinga yaqala kumatikiletsheni ibanga lokugcina
Mazwakhe washintsha igama wabahuAction zajika izinto
Qhuba iyntwana ngewisa ngena eclassini nebiya
Wazibiza ngoAction indoda ayikhuzwa
Isisho sakazulu sithi kubamba ezingelayo kodwa yena cha, wayezingela ebambayo
Eshaya egijimayo ukuthi inkinga yaba kuphi asazi kulaba abamzalayo
Isala kutshelwa sibonwa ngomopho ngoba igazi liyakhuluma
Isala kutshelwa sibonwa ngomopho

Walakho utshelwa ungavumi kanti yini na
At the age of seventeen umazwakhe segcwele indzondo
Izinto sezijikile useyngakara, seyenomnotho
Uzitshela ukuthi ubambe ilotto, khona abathi akananqondo kuyophela siyofana
Action wawungamukhuzi, indzondo wawungayibuzi
Ithuna lisestradeni kodwa kwakungasithusi
Igazi lalinganuki alichitha rough
Wayengakaze aluse iinkomo kodwa inkunzi eyibamba
Action sekayinkabi, ughabhadhiya akanasneke eroofa, ekilla, ejinja
Endlini yomlungu engenelela wawungeke umtshele lutho somaqhuzu jikelelele
Uphakhathi ukhala ngaye sowucabanga ukumngenelelela
Ubabakhe humfundisi yenahumhedemi
Umuntu humuntu ngabantu yena unesono emhlabeni
Akazi uyolalaphi ngoba elokufa alimemezi, igazi lomuntu liyakhuluma
Zobe zim' mele leynyembezi

Action mayekhula wayeneksasa eliqhakazile ethandwa haboTishala
Emphakhathini wayelungile, nhlonipho ibhalwe ebsweni ehumfana othandekile
Kodwa namhlanje bayanxapha uphakhathi uwuhlukumezile
Ubaba ugivapile kodwa umama usenethmbe ukuthi umfana uzoguquka akaze alahle ithemba
Sgebengu esingena ndlebe kodwa akekho ozomzwela
Ubathuke ebakhuza, ubabdube besabuza
Ubuhlule benxusa buka, ubazume besaphuza buka
Ubafuqhe beqhuma phuma zuza, inhlanzi ishelwa amanzi ngale kwethuna akunak' guquka
Action uguqe ngamadolo uyathandaza indlela isiyaphela uvuma izono nokwesaba
Biza amagama okugcina alisekho kulomhlaba
Ubona ukuthi elokugcina ikhaya lisemazulwini

Walokhu utshelwa ungavumi kanti yini na
Isala kutshelwa sibona ngomopho ngoba igazi liyakhuluma
Isala kutshelwa sibona ngomopho

Yebo ngiyavuma yimi engafak' ilahle ekhikhini yeh
Awu lishisa angizange ngibalalele abazali bami
Yebo ngiyavuma yimi engafak' ilahle ekhikhini
Lishisa angizange ngibalalele abazali bami

Credits
Writer(s): Nene Sidney Siyabonga, Phumlani Khumalo,
Lyrics powered by www.musixmatch.com
Link
© 2024 All rights reserved. Rockol.com S.r.l. Website image policy
Rockol
- Rockol only uses images and photos made available for promotional purposes (“for press use”) by record companies, artist managements and p.r. agencies.
- Said images are used to exert a right to report and a finality of the criticism, in a degraded mode compliant to copyright laws, and exclusively inclosed in our own informative content.
- Only non-exclusive images addressed to newspaper use and, in general, copyright-free are accepted.
- Live photos are published when licensed by photographers whose copyright is quoted.
- Rockol is available to pay the right holder a fair fee should a published image’s author be unknown at the time of publishing.
Feedback
Please immediately report the presence of images possibly not compliant with the above cases so as to quickly verify an improper use: where confirmed, we would immediately proceed to their removal.