Hlala Nami

Hlala nami vwena
Hlala nami
Wo mina ngicel' uhlale nam
Khon' uzofund' ukwedelela
Khona mina ngizokufundisa
Ngoba mina ngiyedelela
Umthetho wami
Mina ngiyedelela

Hlala nami wena
Hlala nami
Awu hlala nami mnganami
Khon' uzofund' ukwedelela
Wo mina ngizokufundisa
Ngoba mina ngiyedelela
Mina ngiyedelela

Hlala nami
Khona uzofund' ukuzithoba
Ngoba mina ngifund' ukuzithoba
Mina ngifund' ukuzithoba

Hlala nami,
Khona uzofund' ukuziphatha kahle
Ngoba mina ngifund' ukuziphatha kahle

Kangithandi bo kangithandi; kangithandi
Ukungen' esihogweni
Woza ngikukhombis' indlela mnganami
Woza ngikukhombis' indlela mfowethu,
Woza ngikukhombis' Indlela sthando sami.

Umona phansi we zinsizwa
Umona phansi bantu bakithi
Usosobala ulithengile ibhanoyi
Kwathula kwathi cwaka.



Credits
Writer(s): Mzikayifani Buthelezi
Lyrics powered by www.musixmatch.com

Link