Umon' Usuk' Esweni

Mona mona usuk esweni umona
Mona mona uzal' Ingculaz' umona
Mona uzal' abathakathi umona
Walibulala izwe lakithi umona
Walibulala izwe lakithi umona

Umthakathi lona, Umthakathi
Angithandi angithandi ungene esihogweni
Woza ngikukhombise indlela mngani wami
Woza ngikukhombise indlela sthando sami

Konke! Konke! Konke kulungile konke
Mona uzwa ngenzwa bethi
Mona uzwa besho bethi
Inhliziyo isiyalangazelela

We madoda yake yenzeka lendaba
Ngabona ikati lidlala ngegundane
Qagela kwenzekani emva kwalokho
Ngabuye ngabona inja idlala nonogwaja
Hhayi! Bol Bakwethu!
Musani ukudlala ngegeja kuziliwe
Wadlala ngegeja kuziliwe

Kunendaba enkulu ebengifuna ukukutshela yona
Kodwa manje wena siphukuphuku ndini
Uzohamba uxoxel' abantu ngeke ngikutshele
Ngokubona ngikubize, ngithi hlala phansi
Sengiyibambile, ngayichutha ngayosa
Ngithi hlala phansi sidle
Mus' ukuyikhulumel' emlilweni
Wo yeheni baba



Credits
Writer(s): Joseph Shabalala
Lyrics powered by www.musixmatch.com

Link