Indaba
Nansi ke lendaba ngifun'uyizwe
Ngifun'uyizwe
Nansi ke lendaba hlala phansi Ngifun'uyizwe ngifun'uyizwe
Ngifun'uyizwe ngifun'uyizwe
Ng'khumbula ngisemncane Ngingakazi lutho ngey'nkinga zomhlaba
Bekdum'ukuthi ngigeze ngidle Kush'ijubane ngiyodlala
Ng'khumbula ngisemncane Ngingakazi lutho beng'vele Ngikhohlwe nom'umuntu Eng'xhaphaza ngingamonanga
Ng'seyon'ingane manje Sengiyabona ngilokhu ng'vike Njalo zing'gqema

Lomhlab'uyahlaba awusadlali Manje ang'sadlali mele Ngihlanganis'iplani Ngihlanganis'iplani

Ngifun'uyizwe ngifun'uyiz
Ngifun'ungangikhombi ksasa Mawulalel'umculo wami
Ngifun'ungaysoli ksasa Ngomculo wami thol'impilo
Hhawwu lendaba Ng'cabang Ukuy'bamba bese Ngiyay'dedela
Ang'vele ngiy'dedele ngiyeke Ukuyi'cula ng'vele Ngiy'khulume
Ayyy hhee yaz nje umuntu Usemane uyahleka nje yaz
Ziyashaya emhlabeni yaz Ukewabona ufise ngathi Ungakhuluma yonke into but Nje kwenzeke ukuthi Mawuxo'indaba uxovaxove Izinto nje
Ungab'usazwakala ukuthi Ukhuluma ngani
Impilo ke leyo izokwenza njalo ke

Credits
Writer(s): Mfanafuthi Nkabinde
Lyrics powered by www.musixmatch.com
Link
Other Album Tracks
© 2024 All rights reserved. Rockol.com S.r.l. Website image policy
Rockol
- Rockol only uses images and photos made available for promotional purposes (“for press use”) by record companies, artist managements and p.r. agencies.
- Said images are used to exert a right to report and a finality of the criticism, in a degraded mode compliant to copyright laws, and exclusively inclosed in our own informative content.
- Only non-exclusive images addressed to newspaper use and, in general, copyright-free are accepted.
- Live photos are published when licensed by photographers whose copyright is quoted.
- Rockol is available to pay the right holder a fair fee should a published image’s author be unknown at the time of publishing.
Feedback
Please immediately report the presence of images possibly not compliant with the above cases so as to quickly verify an improper use: where confirmed, we would immediately proceed to their removal.