Ilanga

Liphumil'ilanga mama
Nkulunkulusak'gcinile nawe Babusak'gcinile
Liphumil'ilanga gogo
Nkulunkulu sak'gcinile bazali Kami usan'gcinile
Kuyobab'hlung masen'hambile Kuyobab'hlung masen'hambile
Mpilo yam ay'sozifane mpilo Yam ay'sozifane
Kuyobab'hlung masen'hambile Kuyobab'hlung masen'hambile
Mpilo yam ay'sozifane mpilo Yam ay'sozifane
Ng'bonga man'saphila
Ng'bongunkulunkulu ukuthi Nanamhlanj un'gcinile
Ng'bonge ukuth'unkulunkulu Nanamhlanje usemuhle yena
Ngiyabonga ngiyabonga Ngiyabonga ayybo
San'bonani kuhluk'bingela Ekseni nisaphila
Sbong'umdali ukuthi Nanamhlanje usasgcinile
Ng'thatha lendawo Ng'bongukuthi nin Ning'khulisile
Ng'thatha lendawo Ngibonukuthi nin Ning'fundisile
Liphumil'ilanga mama
Nkulunkulusak'gcinile nawe Babusak'gcinile
Liphumil'ilanga gogo
Nkulunkulu sak'gcinile bazali Bami usan'gcinile
Kuyobab'hlung masen'hambile
Mina yaz ang'fun ning'shiye Ngifun uk'nenza niphile ngcono
Ngifun uk'nenza niphile p'tep Niphile fresh eyy
Mama ng'funuyindl'imali yam Baba ng'funuyidl'imali yam
Nogogo adlimal'kamzukulu Pheluk'zala uk'zelula
Sel'phumil'ilanga jab'lani nina Mina ng'sayophanda
Sel'phumil'ilanga thandazani Ukuze ng'phumelele
Maseng'phumelele nani Nizophumelela
Maseng'phumelele Zoy'bonginkosi ngomkhuleko
Liphumil'ilanga mama
Nkulunkulusak'gcinile nawe Babusak'gcinile
Liphumil'ilanga gogo
Nkulunkulu sak'gcinile bazali Kami usan'gcinile
Kuyobab'hlung masen'hambile Muyobab'hlung masen'hambile
Mpilo yam ay'sozifane mpilo Yam ay'sozifane
Kuyobab'hlung masen'hambile kuyobab'hlung masen'hambile
Mpilo yam ay'sozifane mpilo Yam ay'sozifane
Ng'bonga man'saphila mdali Ngiyabonga mina ngiyabonga mina
Mdali ngiyabonga mina Ngiyabonga mina



Credits
Writer(s): Mfanafuthi Nkabinde
Lyrics powered by www.musixmatch.com

Link