Othandweni

Sebebaningi baning'abakhala Ngothando
Baningi baning'abakhala Ngothando
Sebebaningi baning'abakhala Ngothando
Baningi baning'abakhala Ngothando
Bathi ziyabuya Ziyabuy'othandweni
Ziyabuya ziyabuy'othandweni
Bathi ziyabuya Ziyabuy'othandweni
Baningi baning'abakhala Ngothando

Khon'omanxebanxeba Ngenxayothando mmaybabo
Mphefumul'ukhathele Khathazwa uthando mmaybabo
Athi ngiy'jike lendaba Ak'lonuthando ol'bulalumuntu
Mina ngiyay'penda lendaba
Umunt'obulalumuntu yaz Ngezenzo zakhe
Phela yen'ukthandile Ngomphefumulo wakhe Wen'udlalile
Phela yen'ukthandile Ngomphefumulo wakhe Wen'udlalile
Ntombi yonk'insizw'ekshelayo Uveluboninyok ubonisitha sayo
Wensizwa leyontombi Oy'funayo
Aw'funi nokuy'shela ngob'usab Uk'limala

Baningi baning'abakhala Ngothando
Baningi baning'abakhala Ngothando
Bathi z'yabuya Z'yabuyothandweni
Z'yabuya z'yabuyothandweni
Bathi z'yabuya

Uhlez'uzamuthando Kodwa L'yaphunyuka
Z'yabuya bahlezi Bak'thatheliqath emlonyeni
Abany'uthando lwabo balakha Ngemali
Mawungenamali bak'buka Kancane
Abany'uthando lwabo balakha Ngemali
Mawungenamali bak'tapa Kancane
Ay'sukiyafana lento labantu Bakuxova nom'uphethimali
Ay'sukiyafana lento labantu Badlala ngawe nom'uphethi mali
Uthando l'khon Unembez'ongasekho
Wen'usenhlanhleni Mawuthol'onengqondo
Eyy uthando l'khona Unembez'ongasekho ebantwini

Sebebaningi baning'abakhala Ngothando
Baningi baning'abakhala Ngothando
Sebebaningi baning'abakhala Ngothando
Baningi baning'abakhala Ngothando
Bathi ziyabuya Ziyabuy'othandweni
Ziyabuya ziyabuy'othandweni
Bathi ziyabuya Ziyabuy'othandweni
Baningi baning'abakhala Ngothando



Credits
Writer(s): Mfanafuthi Nkabinde
Lyrics powered by www.musixmatch.com

Link