Mr Double D2-Emfuleni (feat. Puntsa)
Shela mfana ngilalele ngilandele Emfuleni
Shela nsizwa ngilalele ngilandele Emfuleni
Mhlawumbe ngizokuqoma
Sikhulise isibongo sakho emfuleni
Phela nawe uyabona
Ngiyi ntombi ez'phethe kahle uyabona
Thatha nanku umuncu wakho
Thatha nanku umuncu wakhoooo
Emfuleni Emfuleni Emfuleni Emfuleni
Masi hlangane naku sasa
Emfuleni Emfuleni
Emfuleni Emfuleni Emfuleni Emfuleni
Masi hlangane naku sasa
Emfuleni Emfuleni
Gegelegege Ntombi zaku gegela
Angeke intombi iqome ikhethe inyamazane sizi nsizwa sikhona
Njalo mangikubona kuthi angigxume ngiguqe ngamadolo
Dudlu madolo ang thuki wena ngithuka uthando
No ngena bhaskidi uyangena emakethe
No ngena airtime uyawenza ucall back
Kusho bani kusho mina
Indonda
Indoda ehlezi ingena mali kodwa ithenga isaka lempuphu
Shesha uqome Ntombi ngafa inhlamba ka mawakho
Ngiku Thanda phambili ngoba emumva siyafana
Mawu geza Emfuleni ngizobe ngiphuza ngezansi
Ngiphuze insila yothando
Sawubona nkosazane emhlophe efana izishlabathi zo lwandle
Igama ngu simo abanye bathi Nkosingiphile ngwaka Ngcobo
Insizwa eginqa inkomo ngenqindi
Ufuze qadi mavela umapholoba umashiya Amahle
Ngi hlala enkandla ezijibeni okhalweni ngasemaweni emaMbatheni
Ilokhu ilanga liphumile ngiqala nqa ukubona umuntu omuhle njengawe
Ubuhle bendalo ubuhle be mvelo ubuhle be mbali eqhakazayo
Indoni yamanzi uphuma langa sikothe
Mangibona amehlo wakho ngathi ngibona izinkanyezi
Ukhanya njengo Johannesburg ebusuku
Ngifisa ukuba leli thawula ogeza ngalo
Ngifisa ukuba yii xubho oxubha ngaso
Ngiyathembisa ngizokuphatha njenge qanda
Angeke ngiku Khalise angeke ngikushiye
Ngoba ngilana ngilethe umlayezo
Inhliziyo yami ingithumile
Ithi angiku tshele ukuthi mina ngiyaku Thanda
Hhawu mina ngiyaku Thanda
Shela mfana ngilalele,ngilandele Emfuleni
Shela nsizwa ngilalele,ngilandele Emfuleni
Mhlawumbe ngizokuqoma
Sikhulise isibongo sakho,emfuleni
Phela nawe uyabona
Ngiyi ntombi ezphethe kahle uyabona

Credits
Writer(s): Nkosingiphile Ngcobo
Lyrics powered by www.musixmatch.com
Link
Other Album Tracks
- Mr Double D2 (Simo Nkosingiphile ngcobo) (feat. Nolwazi)
- Mr Double D2 -Kwa-Zulu (feat. Popayza, Siphelele T & SticksBeats)
- Mr Double D2-Emfuleni (feat. Puntsa)
- Mr Double D2-Umthetho
- Mr Doubled2 D2-Ungangi Judge (feat. Benzoo)
- Mr Double D2-Hhayi Kancane (feat. Benzoo)
- Mr Mr Double D2-Zulu Man
- Mr Double D2-Ngise Msebenzini (feat. Benzoo & Kronic)
- Mr Double D2-Maqondana (feat. Casey Leona)
- Mr Double D2-Shaka Zulu (feat. Popayza)
© 2024 All rights reserved. Rockol.com S.r.l. Website image policy
Rockol
- Rockol only uses images and photos made available for promotional purposes (“for press use”) by record companies, artist managements and p.r. agencies.
- Said images are used to exert a right to report and a finality of the criticism, in a degraded mode compliant to copyright laws, and exclusively inclosed in our own informative content.
- Only non-exclusive images addressed to newspaper use and, in general, copyright-free are accepted.
- Live photos are published when licensed by photographers whose copyright is quoted.
- Rockol is available to pay the right holder a fair fee should a published image’s author be unknown at the time of publishing.
Feedback
Please immediately report the presence of images possibly not compliant with the above cases so as to quickly verify an improper use: where confirmed, we would immediately proceed to their removal.