Mr Double D2-Hhayi Kancane (feat. Benzoo)

Qaphela ngingak'thinti.
Khumbula le yimpi
Izagile ne nqindi
Ziyaduma ngakithi
Qaphela ngingak thinti
Khumbula le yimpi
Izagile nenqindi
Ziyaduma ngakithi
Wena uzothi ujimile kanti weh ah
UMfana omncane uhlomile uzongenzani
Thina umases fikile ngama ketangu
Sizobe sin'shaya hhayi kancane
Wena uzothi ujimile kanti weh ah
UMfana omncane uhlomile uzongenzani
Thina umases fikile ngama ketangu
Sizobe sin shaya hhayi kancane
Hhayi kancane
Hhayi kancane
Hhayi kancane
Hhayi kancane
Hhayi kancane
Hhayi kancane
Hhayi kancane
Hhayi kancane
Hhayi kancane hhayi kancane
Sizobe sin shaya hhayi kancane
Nina niy ntwana aslingani
Aslingani aslingani
Hhayi kancane
Hhayi kancane
Hhayi kancane
Hhayi kancane
Hhayi kancane
Hhayi kancane
Hhayi kancane
Hhayi kancane
Hhayi kancane hhayi kancane
Sizobe sin shaya hhayi kancane
Nina niy ntwana aslingani
Aslingani aslingani

Hebe usuthu
Hebe usuthu
Babe ngaphi
Babe ngapha thina si ngapha kwafa umuntu gilikidi
Mfana omncane
Ngcela uqhele endleleni
Ngoba manje ngena ibutho
Ibutho lika shaka ne nkosi usenzangakhona
Usenza ngakhona ka jama
Ilembe eleqa amanye ama lembe ngokukhalipha
Lapho esphuma khona sphuma kwazulu
Lapho elguqubala khona futhi liphinde lidume izulu
Singena nge ndlondlo
Si casukile sigane unwabu
Imina uma qhuzu imina ungqongqoshe unongoloza ugeneral
Ngena empini ku qhuma ivolovolo
Ngi dakha ama bhulethi nge hawu
Inxeba le nsizwa ngilinemba ngomu khonto
Lapho engihamba khona ngihlezi ngi phethe iskhwili sami ubhonya phansi
Milikihli gilikidi
Uvika isingisi
Uhlala esandton
Mina ngi nqwele ngizoku qulela nge nduku
Ngena ehostel ngihamba nezi nkabi nezi nkabikazi
Ungena kanjani empini ugqoke iskinny jean
Ugezela eshaweni mina ngi gezela Emfuleni
Break fast yami uphuthu nobhontshisi
Mawudlala uthuphakhi yho yho
Mina ngidlala umgqumeni ihi
Hhayi kancane
Hhayi kancane
Hhayi kancane
Hhayi kancane
Hhayi kancane
Hhayi kancane
Hhayi kancane
Hhayi kancane
Hhayi kancane hhayi kancane
Sizobe sin'shaya hhayi kancane
Nina niy ntwana aslingani
Aslingani aslingani
Hhayi kancane
Hhayi kancane
Hhayi kancane
Hhayi kancane
Hhayi kancane
Hhayi kancane
Hhayi kancane
Hhayi kancane
Hhayi kancane hhayi kancane
Sizobe sin'shaya hhayi kancane
Nina niy ntwana aslingani
Aslingani aslingani



Credits
Writer(s): Nkosingiphile Ngcobo
Lyrics powered by www.musixmatch.com

Link